Bayaliphika elokudlwengula eNdiya

2013-01-09 09:01

New Delhi - Bayaliphika elokudlwengula abasolwa ababili kwabahlanu ababhekene necala lokudlwengula babulale owesifazane oneminyaka engu-23 ubudala obefundela ukuba ngudokotela.

Ummeli wabasolwa ababili utshele inkantolo ukuthi laba bazoliphika icala.

"Bazowaphika wonke amacala," kusho uML Sharma, omele uMukesh Singh no-Akshay Thakur.

"Abukho ubufakazi obubambekayo."

UMukesh Singh, ungumfowabo womshayeli webhasi ekwenzeka kuso isehlakalo, uRam Singh kanti uThakur yena uyasolakala esehlakalweni sokudlwengula kubulawe intombazane eneminyaka engu-16 ubudala, eyadlwengulwa ngoDisemba.

Umsolwa wesithupha oneminyaka engu-16 Ubudala, uzolithetha eyedwa icala.




"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-30°C a few showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C a few showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 17-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 17-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...