Baya enkantolo abadlwengula eNdiya

2013-01-07 09:00
Yabelani Shicilela

New Delhi - Amadoda amahlanu asowka ngokudlwengula abulale owesifazane waseNdiya obefundela ukuba ngudokotela, azobuyela ngaphambi kwenkantolo, eNew Delhi, ngoMsombuluko.

Laba bazovela nje, amaphoyisa athi kunobufakazi obukhona obuwahlobanisa necala.

Abasolwa bangase bathole isigwebo sentambo uma belahlwa ngamacala ababhekene nawo, okungamacala ahlanganisa elokuthumba, ukubamba inkunzi, elokuhlela ukuhlasela kanye nokudlwengula nokubulala.

Amagama abasolwa ngoRam Singh, Mukesh Singh, Vijay Sharma, Akshay Thakur noPawan Gupta, umsolwa wesithupha oneminyaka engu-17 ubudala, ugcinwe ejele lezingane.

Owesifazane onemiyaka engu-23 ubudala, wadlwengulwa wabulawa ehamba nesoka lakhe, lona lashaywa ngabasowla lase lijikijelwa ngaphandle ibhasi lihamba.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 12 eqhweni eNepal

2014-04-18 14:03
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-24°C Sunny. Mild. Pta: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-21°C Sunny. Mild. Bloem: 11-25°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Sunny. Warm. PE: 16-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...