Banokumethemba uNetanyahu kwa-Israyeli

2013-01-17 14:06

Jerusalem - Ukhetho oluzobanjwa kwa-Israyeli mhlaka-22 Januwari kulindeleke lubuyisele esikhundleni uNdunanulu uBenjamin Netanyahu, ekubhekeke ukuthi aqhamuke nezinhlelo ezintsha zokubhekana nezingqinamba ezihlanganisa namazwe angomakhelwane.

Kulindeleke ukuthi iPhalamende lwakwa-Israyeli liqhubezele phambili imizamo yokuletha ukuthula phakathi kwezwe nezimbangi zalo ezinkulu iPalestine.

Okunye okulindelekile, wukuthi uhulumeni azame izindlela zokwenza umnotho uzinze, kuthiwa abantu bezwe sebenokukhathazeka ngesimo somnotho esisiholele ekuthini kube nokumba eqolo kwamanani okudla.

Abantu bakwa-Israyeli abakhathazekile kakhulu ngobudlelwane bezwe namazwe angaphandle, imibiko ithi namanje babona undunankulu wabo efanelwe wukubuyiselwa esikhundleni.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Idelakufa libulale 11 e-Iraq

2014-08-31 08:12
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-22°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 8-18°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...