Bagxeka inkampani ngenyama yehhashi

2013-02-15 10:00
Yabelani Shicilela

Paris - Inani, iphunga nombala bekumele engabe kube yizimpawu ezicacile ukuthi kukhona okushaya santungwana ngokulethwa kwenyama yehhashi ebifakwe amalebuli okuthi ngeyenkomo, kusho izikhulu zaseFrance ngoLwesine.

Uhulumeni usole kakhulu inkampani yaseFrance njengoba ukhula lo mkhonyovu e-Europe.

Amaphoyisa eWales, amemezele ukuthi kuboshwe amadoda amane asolwa ngokukhwabanisa ezilaheni ezimbili ezahlolwa yi-UK's Food Standards Agency.

Lokhu kungenxa yezigameko ezikhulayo, nosekuvuse imibuzo eminingi ngokuthi kanti ilawulwa kanjani imithetho yokudla ngaphansi kwe-European Union.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 


- AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-27°C Sunny. Warm. PE: 13-23°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...