Bafuna kwesule umengameli eMaldives

2013-02-15 14:01

Colombo - Zimbili izinsuku loyo owabe enguMengameli waseMaldives uMohamed Nasheed, ebhace ezindlini zenxusa lezwe eNdiya, kusho umkhulumeli weqembu, oveze ukuthi Nasheed, angeke aphume ekubhaceni kuze kuba uyasula esikhundleni umengameli ophethe.

Ngokusho kuka-Abdul Gafoor, ongumkhulumeli weMaldivian Democratic Party, impilo kaNasheed isengozini, uthi usetshelwe ukuthi akuqhubeke nokubhaca ezindlini zenxusa.

"Likhulu izinga lokwesabisa, akumele aphumele ngaphandle," kusho uGafoor.

UNasheed wangena ekubhaceni ngoLwesithathu, ngemuva kokuthi inkantolo ithembise ukumbona kulandela ukungaveli azokwethamela amacala abhekene nawo.

UNasheed kuthiwa wakhipha umyalelo ethi akuboshwe elinye lamajaji, eziphendulela uthi leli cala linenhlasi yezombusazwe.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- AP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-14°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 6-23°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 3-19°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 7-20°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 17-29°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...