Babulawe badliwa eBrazil

2012-06-06 12:58
Yabelani Shicilela

Pernambuso - Abantu base-Brazil abathathu sebebekwe icala lokubulala abesifazane abathathu nokudla inyama yabo njengenxenye yokuhlanza imimoya yabo kanye nokulawula isibalo sokukhula kwabantu, kusho amaphoyisa.

Amaphoyisa ngoLwesibili avulele laba abathathu icala – okuyizithandani kanye nowesifazane.

Abasolwa kuthiwa babulala abesifazane abaneminyaka ephakathi kuka-17 no-31 ngo-2008 nango-2012 esifundeni sasePernambuso.

“Labasolwa bavumile ukuthi bayidla inyama yalaba abashona,” kusho okhulumela amaphoyisa uPaulo Berenguer kwabezindaba, oqhube ngokuthi kusaphenywa ukuthi labasolwa bayabandakanyeka yini kwamanye amacala okubulala.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Mild. Pta: 5-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 1-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...