Ayisizanga imizamo kaRomney

2012-09-13 08:34

 Washington – Umkhankaso kaMitt Romney, uqale ntambama ngoLwesibili kanti ubugxile kakhulu ekugxekeni imigomo kaMengameli uBarack Obama eGibhithe naseLibya ngokuthi aveze uMbuso kungathi akukho ongakwenza nakuba kuhlaselwa amanxusa aseMelika eBenghazi naseCairo.

Ngasekupheleni kosuku lwangoLwesithathu, uRomney weRepublican ungenelele umkhankaso wesobumengameli ngokuthi agxeke umgomo weMelika wamazwe angaphandle, kuhlanganisa ukubalawa kwenxusa lakuleli lizwe eLibya kanye nezinye izithunywa ezintathu.

U-Obama uchaze uRomney njengomuntu ojwayele ukukhuluma into ngaphambi kokuyicabanga.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 11-29°C High level clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...