Amakhaza asebulale 120 eRussia

2012-12-25 14:30

Moscow - Kushone okungenani abantu abangu-123 ngenxa yamakhaza ashubisa umnkantsha ahlasele eRussia njengoba kuyisebusika kuleliya lizwe, kusho i-Interfax News Agency ngoLwesibili.

Bangu-880 kwabangu-1 700 abasasele esibhedlela kulabo abangeniswa ngenxa yokungenwa ngamakhaza.

NgoMsombuluko kushone abantu abayisikhombisa ezweni.

Iningi labashonile yilabo abangenamakhaya.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa-DPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-23°C Sunny. Mild. Pta: 12-22°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 7-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 4-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C Morning clouds. Cool. PE: 14-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...