Amakhaza abulale 49 ePoland

2012-12-21 14:21

Warsaw - Amaphoyisa asePoland athi bangu-49 abantu okuqinisekiswe ukuthi babulawe ngamakhaza ashubisa umnkantsha kusukela aqala ngasekuqaleni kukaDisemba.

Abaningi kulaba abashonile yilabo abangenamakhaya.

Amaphoyisa aqwashisa labo abahlala emigwaqeni ukuthi baye ezikhungweni eziseduzane nabo ukuze bathole okuya ngasethunjini okuzobafudumeza kanjalo nendawo yokukhoselisa amakhanda.

Amakhaza okuqala ngo-Okthoba abulale abantu abangu-15 kwathi abayisihlanu baphinde bashona ngoNovemba.

Ngobusika bangonyaka odlule kwashona abantu ababalelwa ku-200.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Uzishumpule ubuntu owaliwe yintombi

Emizuzwini eyi-18 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-30°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C High level clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...