Amakhaza abulale 30 e-Ukraine

2012-01-31 16:20

Kiev – Kushone abantu abangu-30 ngenxa yamakhaza ashubisa umnkantsha e-Ukraine kulezi zinsuku eziyisihlanu ezedlule njengoba eqhubeka nokwehla amazinga okushisa, kusho uMnyango weZimo eziPhuthumayo ngoLwesibili.

Iningi labo abantu abahlala emigwaqeni, kuthi abane batholakale begongobele emizini yabo, bangaphezu kuka-600 okudingeke ukuthi bathole usizo lwezempilo ngenxa yamakhaza.

Izikhulu zivule izikhungo ezingu-1 590 zokuhlinzeka abantu ngokudla bathole nezinto ezifudumalayo.

Zibalelwa ngaphezu kuka-3 000 izikole okudingeke ukuthi zivalwe.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Showery. Morning clouds. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Rain showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...