Amabhomu abulale 8 e-Afghan

2012-11-08 12:00

Kandahar - Idelakufa ebelihamba ngesithuthuthu libulale amaphoyisa amathathu kwathi amasosha ayisihlanu ase-Afghan abulawa yibhomu ebelitshalwe eceleni komgwaqo e-Afghanistan ngoLwesibili.

Lokhu kuqhuma kuze ngesikhathi amasosha ezilungiselela ukunyusa izinga lokulwisana namaphekulazikhuni eTaliban.

Idelakufa lihlasele edolobheni iKandahar kwathi amasosha ashonela esifundazweni iLaghman, kusho okhulumela izikhulu zendawo uJayed Faisal.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-26°C Sunny. Mild. Pta: 16-21°C Passing showers. More clouds than sun. Mild.
Jhb: 12-17°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 14-20°C a few showers. Broken clouds. Mild.
Dbn: 19-20°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 17-25°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...