Akuphikiswe umshado wongqingili - Umbhishobhi

2013-01-01 12:01

London - Umholi webandla lamaKhathoika eNgilandi naseWales, usecele ukuthi amalungu ebandla abhalele iPhalamende azwakalise ukungahambisani nokuphasiswa kwemishado yabantu bobulili obufanayo.

U-Archbishop Vincent Nichols ucele ibandla ukuthi libhale ngesizotha kodwa likubeke kucace ukuthi alihambisani nalo mthetho ohlongozwayo.

UNichols uthe ukhathazekile ngomthelela ozokuba khona ezinganeni uma umthetho uphasa.

Uthe ufuna amalungu ePhalamende alwisane nalomthetho, aphakamise ukuthi kuhlonishwe umshado ophakathi kowesilisa nowesifazane.

Uhulumeni kaNdunankulu uDavid Cameron uhlela ukuphasisa umthetho wokushadana kwababobulili obufanayo ngenyaka kaJanuwari.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 15-29°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-24°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 19-24°C Showery. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...