'Akubanga yiphutha' ukuhlasela umndeni eGaza

2012-11-28 07:27
Yabelani Shicilela

Jerusalem - Akubanga yingozi ukuhlasela kuka-Israel emoyeni kwashona abantu basePalestine abangu-12 eGaza, okubalwa abangu-10 bomndeni owodwa, kusho umbutho wezempi kwa-Israel ngoLwesibili.

Uthi lokhu kuhlasela kwakubhekiswe "kubashokobezi".

Lokhu kuhlasela kwangoNovemba 18 kwashaya umuzi wakwaDallu, kwashona amalungu awo ayishumi, okubalwa izingane nabesifazane abayisihlanu.

UMohammed Jamal al-Dallu, 29, noyilungu lamaphoyisa eHamas novikela izicukuthwane, naye washona kulokhu kuhlasela.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...