Abasebenzi babulale ubasi nonkosikazi eNdiya

2012-12-27 14:31
Yabelani Shicilela

Gauhati - Amakhulu abasebenzi basemasimini etiye bazungeze umuzi womqashi wabo eNdiya edolobheni i-Assam bawokhela ngomlilo kulandela ukungaboni ngaso linye ngezomsebenzi, kwashona ubasi nenkosikazi yakhe, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

Amaphoyisa athole izidumbu zalaba sezingamalahle.

UMridul Kumar Bhattacharyya nonkosikazi wakhe uRita, bashonele emzini wabo oseTinsukhia, kusho uSuperintendent P.P. Singh.

Lokhu kungaboni ngaso linye bese kuqhubeke isikhathi esingamasonto, kanti abanye abasebenzi bamiswa emsebenzini.

NgoLwesithathu, abasebenzi ababalelwa ku-700 bazungeze lo muzi behlomile.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Sapa - AP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...