Abanye abashonile eDamascus

2013-02-06 16:23

Beirut - Kutholane phezulu amasosha kaMengameli uBashar Assad kanye namavukelambuso edolobheni iDamascus, ngoLwesithathu emini, kwashona okungenani abantu abangu-12, kusho izishoshovu.

Ukuhlasela kwenzeke esifundazweni iHoms, lokhu kuhlasela kuthiwa kube ngokubi kakhulu kwesekuke kwabonakala kusukela kuqale isonto.

Izakhamuzi zithi zizwe umsindo ongalinganiselwa kulowo obuke uzwakale ezinyangeni ezedlule, impi isashubile.

Umqondisi enhlanganweni yosizo ezinze eBrithanni iSyrian Observatory for Human Rights, uRami Abdul-Rahman uthi ukuhlasela kungukuhlukunyezwa nokwedelelwa kabantu bendawo.

Izimpi ezimelene nomengameli zaqala ukubonakala ngenyanga kaMashi 2011 kanti abantu abaningi sebabaleka bashiya amakhaya kwathi abanye abaningi bashona.





 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Morning clouds. Cool. Pta: 13-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 12-17°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...