Abanye ababulelwe eSyria - Inhlangano

2013-02-28 12:05

Beirut - Abantu abayishumi nambili abahlanganisa abane bomndeni owodwa, babulewe ngesikhathi behlukunyezwa besejele esifundeni eDamascus, kusho inhlangano yamalungelo iSyrian Observatory for Human Rights.

Imindeni inikezwe omazisi bezisulu ngoLwesithathu ebusuku, kusho umbiko wenhlangano.

Bonke abashonile ngabasesifundeni iNahr Aisha, esiseningizimu nenhlokodolobha.

Isifunda lesi sihlaselwe kakhulu yizehlakalo zokubulawa nokuboshwa kwabantu, ekuthiwa ziqhutshwa ngamasosha kahulumeni.

Ikomidi lomphakathi, elihlanganisa izishoshovu zamalungelo lidedele amagama abathize abashonile kulesi sehlakalo.


 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Sapa - AFP

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-17°C Light rain. More clouds than sun. Mild. Pta: 9-23°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C Afternoon clouds. Mild. Bloem: 8-19°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 17-27°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...