Abalilahlile ithemba ngoChavez

2013-02-27 07:24

Caracas - Iningi labantu baseVenezuela bahlalele ethembeni lokuthi uMengameli Hugo Chavez uzosinda esifweni somdlavuza bese ebuyela emsebenzini wakhe kungekudala.

Lokhu kuyize lo mholi esehlale esibhedlela cishe izinyanga ezintathu.

Inhlangano eyenza inhlolovo iHinterlaces ithe u-60% wabantu abenze inhlolovo bakholelwa ekutheni uChavez anganyangeka abuyele ekubuseni, njengoba u-14% uthi kungenzeka asinde kepha angasakwazi ukuphatha, kanti u-12% uthi awunathemba ekutheni usazosinda.

UChavez, 58, waya kolashelwa umdlavuza okwesine eCuba ngoDisemba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- Reuters

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kutholwe izidumbu zezinja ezingu-40

Emizuzwini eyi-42 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Afternoon clouds. Warm. Pta: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Jhb: 12-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 14-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 17-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...