Alokhu egeleze njalo amazwi enduduzo ngokudlula kwaMasekela

2018-01-23 12:34

UMengameli Jacob Zum usedlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaMasekela ngokudlula emhlabeni kwenkakha yomculo weJazz, ebesiyisishoshovu samasiko neqhawe lomzabalazo, uHugh Masekela.

Ningizimu Afrika

Abasebenzi abaxoshiwe bashise amahhovisi

2018-01-23 12:34

Idolobha laseTshwane likugxekile ukushiswa kwamahhovisi eMabopane ngoMsombuluko, eshiswa abantu abasebenza ngaphansi kohlelo olwaziwa nge-expanded public works programme.

Ningizimu Afrika

Basenkantolo 'ababulala' umfowabo kubangwa ifa

2018-01-23 12:34

Izelamani ezimbili kulindeleke ukuba zivele eNkantolo yeMantshi yaseMbibane eduzane naseSiyabuswa namuhla ngezinsolo zokubulala umfowazo.

Ezemidlalo

Umqeqeshi weBaroka usanethemba ngokuthatha isicoco seligi

2018-01-23 11:00

Umqeqeshi weBaroka uKgoloko Thobejane uthi akekho umdlali abasazomsayinisa ngoJanuwari ngoba ucabanga ukuthi unabadlali abanele ukuba bangayethula esicongweni iMamelodi Sundowns.

Ezokuzijabulisa

Ukhuza ibuya 'uGC' kuZalo kulandela awokuxoshwa

2018-01-23 11:00

Isihlabani somdlalo owuchungechunge kumabonakude Uzalo, uKhaya Dladla kubikwa ukuthi sikhuza ibuya kulo mdlao kulandela amahlebezi okuthi sashiya kungekuhle phakathi kwaso nabaphathi boZalo.

Ningizimu Afrika

Ababhikishi baphahlaze amawindi ezimoto zampahoyisa

2018-01-23 09:32

Kuphahlazwe amawindi ezimoto ezimbili zamaphoyisa kaMasipala waseGoli ngesikhathi kunombhikisho ku-K53 eLenasia, eningizimu yeGoli.

 

UMBONO:  Ukwentuleka kwengqalasizinda ukuqalisa uhlelo lukaMengameli Jacob Zuma lwemfundo yamahhala akumele kubeyisithiyo esisetshenziselwa ukwenqabela abahlwempu imfundo, kusho umholi we-EFF uJulius Malema. (Chester Makana, News24)

Igumbi lokuvotela

Ngokucabanga kwakho, uRamaphosa uzokwazi ukubuyisa isithunzi se-ANC aphinde ayibeke kwelinye izinga?

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Showers early. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-27°C Showers early. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 16-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-25°C Showers early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-30°C a few showers. Mostly cloudy. Warm. PE: 19-26°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...

Izinkomba

Rand/$
Rand/£
Rand/€
Igolide/awunsi $
Inkomba yezabelo zonke