Izigebengu zidubule esinye ngephutha kubalekwa

2018-01-16 12:30

Isigebengu sidubuleke ngephutha emqaleni sidutshulwa abanye abangani baso ebebebaleka, sabe sesikhandwa ngamatshe ngemuva kokubamba inkunzi eVerulam.

Ningizimu Afrika

I-Afriforum ivulele icala uMalema nabanye abaholi ngolwakwa-H&M

2018-01-16 11:04

Inhlangano yomphakathi i-AfriForum ivulele abaholi be- Economic Freedom Fighters amacala okugquqguzela udlame emphakathini, kulandela ukucekelwa phansi kwezitolo zakwa-H&M

Ningizimu Afrika

Kuboshwe ilungu le-ANC ePhalamende ngecala lokweba

2018-01-16 09:31

Ilungu le-ANC ePhalamende elisuka eNorth West liboshiwe, lathweswa icala lokweba imfuyo, ngokusho kweNational Prosecuting Authority.

Ningizimu Afrika

Izakhamuzi zisabise ngokushisa isikole esifundisa ngesiBhunu kuphela - Umbiko

2018-01-16 08:01

Izakhamuzi ezidiniwe zisabize ngokushisa iHoërskool Overvaal eVereeniging ziphinde zivimbele ukuba sivulwe isikole ngoLesithathu, umbiko.

Ningizimu Afrika

Kuphinde kwabulawa omunye futhi umuntu ehotsela eMlazi

2018-01-16 08:01

Isigameko sokudubula esenzeke ehostela iGlebelands eMlazi, eningizimu yeTheku, sishiye kushone indoda eneminyaka engu-52 ubudala kwalimala kabi omunye, kusho amaphoyisa.

 

UMBONO:  Ukwentuleka kwengqalasizinda ukuqalisa uhlelo lukaMengameli Jacob Zuma lwemfundo yamahhala akumele kubeyisithiyo esisetshenziselwa ukwenqabela abahlwempu imfundo, kusho umholi we-EFF uJulius Malema. (Chester Makana, News24)

Ningizimu Afrika

Ligwetshwe 10 weminyaka libhadla ejele iphoyisa ngokubulala omunye wababhikishi

2018-01-16 09:31

Iphoyisa, elinguyise wezingane ezimbili, elalahlwa yicala ngokudubula libulale intombazanyana embhikishweni owawuseCato Crest eThekwini, ligwetshwe iminyaka eyishumi libhadla ejele.

Igumbi lokuvotela

Ngokucabanga kwakho, uRamaphosa uzokwazi ukubuyisa isithunzi se-ANC aphinde ayibeke kwelinye izinga?

Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 18-32°C Passing showers. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-33°C Showers late. High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 20-24°C Drizzle. Partly cloudy. Mild. PE: 17-24°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...

Izinkomba

Rand/$
Rand/£
Rand/€
Igolide/awunsi $
Inkomba yezabelo zonke