UZuma ufuna kugezwe isizwe

2012-12-28 09:04

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma usephakamise ukuthi kumele kube khona umcimbi wokugeza isizwe ukuze kubuyiselwe isimilo nezimiso zezwe, kubika izindaba zeSABC ngoLwesihlanu.

UZuma uthe lo msebenzi uzosiza kakhulu ekuletheni ukukhanya kulandela izigameko ezifana nesaseMarikana, ukudlwengulwa kwezalukazi kanjalo nokusocongwa kosopolitiki.

Uthe abantu abangagezwa baba namagqubu.

Ngokwalo mbiko, uZuma uthe uzocela u-Archbishop Emeritus Desmond Tutu ukuthi asize ekuholeni konke okuzobe kwenziwa.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C High level clouds. Mild. Pta: 2-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 7-22°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...