Kubulawe asebekhulile e-E Cape

2013-01-25 10:01

Johannesbdurg - Uvukele ezindabeni ezishaqisayo umphakathi waseNgcobo, e-Eastern Cape, kulandela ukubulawa kwabantu ababili asebekhulile, kusho amaphoyisa ngoLwesihlanu.

Owesifazane, 73, utholwe enklinyiwe emzini wakhe abehlala kuwo yedwa eManzana, kusho uColonel Mzukisi Fatyela.

"Sisola ukuthi udlwenguliwe ngenxa yobufakazi esibubone endaweni yesigameko," esho.

EMthintloni, Ngcobo, kudutshulwe kwabulawa owesilisa, 77, yizigebengu ezingaziwa ngoLwesine ebusuku, kusho uFatyela.

"Abahlaseli bakhe bambulale bevele ngewindi."

Kuboshwe amadoda amabili, aneminyaka engu-23 no-26 ubudala, nazophekwa ngemibuzo mayelana nalezi zigameko.

Uphenyo luyaqhubeka.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-19°C Sunny. Mild. Pta: 2-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 0-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-19°C Mostly sunny. Cool. PE: 7-17°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...