ISilo sinxusa ukuthula eKZN

2012-12-19 08:48

Durban - ISilo samaBandla iNkosi Goodwill Zwelithini usenxuse ukuba kukhawulwe ngodlame lwezepolitiki KwaZulu-Natal, kusho abasesigodlweni sakwaZulu.

“Ngeke sikwazi ukuba yisifundazwe esaziwa ngokungabekezelelani ngakwezepolitiki."

Uthe unokwesabela kokuthi lesi sifundazwe siphindele ezibhelwini lwezombusazwe, nolwadala umonakalo esikhathini esedlule.

Isigodlo sikaBhejane phuma esiqiwini "sizokwenza konke okusemandleni ukuqinisekisa ukuthi asiphindeli emuva odlameni.

“UHlanga lomhlabathi lunethemba lokuthi abezokuphepha bazobhukula benyuse amasokisi ekugwemeni udlame, kuthi labo abephula umthetho bajeziswe kanzima."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Morning clouds. Cool. Pta: 20-34°C Sunny. Extremely hot.
Jhb: 18-29°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 19-26°C a few showers. Morning clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C Heavy rain late. Partly sunny. Warm. PE: 17-25°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...