Bangase baboshwe abangazinaki izingane

2012-12-21 12:50
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Bangase babekwe icala abazali abangazinaki izingane zabo emabhishi agcwele ngokweqile njengoba kuyisikhathi samaholidi, kuxwayisa uMasipala weTheku.

UChristo Swart, nonguSihlalo wekomidi elijutshwe ukuba liqikelele ukuphepha kwezingane ngamaholidi, uthe sekuyisikhathi sokuthi umthetho udlale indima yawo.

"Umasipala uwenza ngokuqikelela umsebenzi wawo, ngakho nabazali kumele benze okufanayo," esho.

Eminyakeni edlule, uthe bekuba nezingane ezihlala lapho kugcinwa khona izingane ezidukile izinsuku, abazali bavele uma sekuthanda bona.

"Kuyinto ebuhlungu kakhulu ezinganeni."

USwart uthi kuqwenguka uma sekushone ilanga kubazali ukuthi izingane azikho eduze kwabo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-20°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...