Ayisukunyelwe eyokushona kwabasokayo - Sanac

2013-05-23 16:47

Indaba yokushona kwabafana abasuke beyosoka izitshwe isikhathi eside, kusho iSA National Aids Council, ethi kumele uhulumeni, abaholi kanjalo nabazali basukume.

Ningizimu Afrika

Lihlehlile elokubulawa kwesangoma saseMarikana

2013-05-23 16:47

Ivele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseBizana, indoda esolwa ngokudubula ibulale isangoma esabe sigqihisa abavukuzi baseMarikana, kusho iNPA.

Ningizimu Afrika

Amathemba ngomshini olapha umdlavuza eKZN

2013-05-23 16:43

Imishini esezingeni eliphezulu esiza ekwelapheni isifo somdlavuza, izoqala ukusebenza esibhedlela saseThekwini i-Addington, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni.

Ningizimu Afrika

Bekukhetha ukhethi kwelokuchibiyela

2013-05-23 16:43

Iqembu iNkatha Freedom Party, lidle umhlanganiso okhethweni lokuchibiyela olubanjwe kuMasipala wase-Albert Luthuli (Elukwatini/Carolina), eMpumalanga.

Ezemidlalo

Luzodinga izindodla uhlelo loMnyango - Mbalula

2013-05-23 16:24

Uhlelo iNational Sport and Recreation Plan (NSRP), lungase ludle isamba esingu-R10 billion, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezemiDlalo uFikile Mbalula.

Afrika

UBan ki Moon uhambele eDR Congo

2013-05-23 16:24

Isikhulu kwiNhlangano yeZizwe uBan Ki-moon, utheleke edolobheni laseDRC, iGoma, ngemuva kwezinsuku ezintathu amasosha kahulumeni eshintshane ngenhlamvu namaphekula.

 

INCAZELO:  UNgqongqoshe woMnyango wezaseKhaya uNaledi Pandor, echazela abezindaba ePitoli. (GCIS)

Umhlaba

Inhlangano yamalungelo ikhathazekile ngabafuduki

2013-05-23 16:24

Izinkumbi zabantu abafuna ukubhaciswa bangase bangene enkingani yokuhlukunyezwa, njengoba ohulumeni bamazwe bemanqika ekuqiniseni ukuvikela kwamalungelo abantu.

Igumbi lokuvotela

Ngabe ulibona linjani ikusasa likaJulius Malema kwezepolitiki kulandela izigameko zakamuva?

Ezamabhizinisi

Ezinye izindaba ezinhle ngophethiloli

2013-05-23 14:03

Osomnotho sebeveze izindaba ezizokitaza abashayeli bezimoto, nezithi kungalindeleka ukwehla okukhulu kukaphethiloli ngenyanga kaJuni, njengoba kube nokwehla emhlabeni.

Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C High level clouds. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 14-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...

Izinkomba

Rand/$ 9.54 0.05%
Rand/£ 14.43 0.32%
Rand/€ 12.35 -0.09%
Igolide/awunsi $1388.22 0.95%
Inkomba yezabelo zonke 40855.89 -2.34%