Kudingeka amanye amasosha eMali

2013-02-07 12:03
Yabelani Shicilela

New York/Paris - IFrance ngoLwesithathu ifake ngokusemthethweni isicelo ku-UN Security Council sokuba icabange ngodaba lokutshala amashosha okugcina ukuthula eMali, uma isimo sesiwavumela amasosha aseFrance ukuba aphume kuleliya lizwe.

Inxusa laseFrance uGerard Araud uthe kube ngokukuqala ukuba acele kulo mkhandlu owakhiwe ngamazwe angu-15  ukuba kutshalwe amasosha kanti usethole isiqiniseko kuwo amalungu omkhandlu ukuthi bazosicubungula isiphakamiso.

"Amasosha aseFrance ngeke ahlale eMali ngakho kuzomele kube noshintsho emasontweni ezayo ngaphambi kokuba kutshalwe amanye amasosha,” kusho u-Araud.

I-UN ikulungele ukutshala amasosha okugcina ukuthula eMali njengoba isimo siya ngokuzinza kuleliya lizwe, kusho uHerve Ladsous, ongaphansi kwezokusebenza kwamasosha okugcina ukuthula.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Reuters

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-26°C Sunny. Warm. Pta: 12-21°C Showers early. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 8-18°C Morning clouds. Mild. Bloem: 8-21°C Broken clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...