Ziyavela izithandani ezisolwa ngokubulala usana

2017-07-12 09:35

Cape Town – Izithandani ezisolwa ngokubulala usana lomfana olunezinyanga ezingu-18 luzelwe kulindeleke ukuba zibuyele eNkantolo yeMantshi yaseKapa ngoLwesithathu.

U-Abigail Ruiters, 30, nesoka lakhe u-Ameeruddien Peters basolwa ngokubulala indodana encane kaRuiters, uJeremiah. Wayeyingane yesithathu yalo wesifazane.

Wahlonzwa njengoshonile esikhungweni sezeempilo eKensington ngoJuni ngemuva kokulimala kanzima ekhanda nasemzimbeni.

Ngesikhathi sokushona kwalolu sana, ngomhlaka-12 Juni, uPeters wayelugada uRuiters ebe esemsebenzini.

URuiters ubhekene nelinye icala lokungayinakekeli ingane yakhe.UPeters yena usolwa ngokudlwengul lo mfana.

URuiters ubenezinyanga ezine ezithwele ngesikhathi egcina ukuvela enkantolo ngenyanga eyedlule.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Rain late. Mostly cloudy. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 9-24°C Sunny. Mild. Bloem: 6-25°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-27°C Sunny. Warm. PE: 12-25°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...