Zishaye zachitha izigebengu nobucwebe -South Coast

2017-01-26 16:01

South Coast - Izigebengu zivinjwe zibaleka ngemuva kokugebenga isitolo sobucwebe eSouthCoast Mall ezintatha.

Ngokubika kwephephandaba lo mphakathi i-South Coast Herald libike izigebengu ezinhlanu zigasele esitolo iHaskin Jewellers kanye nakwaVodacom.

“Laba bafike baphahlaza izingilazi bathatha lokhu abakuthathayo bashaya bachitha.

OLUNYE UDABA:Kusuke isidumo onogada bedubulana nabasolwa eMhlanga

"Ngenhlanhla inkampani yabonogada isabele ngokushesha ngesikhathi ibizelwa kule ndawo,”kusho uJayne Munro ongumphathi wale nxanxathela yezitolo.

Onogada bazithele kulezi zigebengu zibaleka, yize kuqhume inganono akekho olimalile.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...