Zimkhalele umshayeli wamatekisi ozame ukugwazela iphoyisa

2016-03-29 10:02

Johannesburg – Kuboshwe umshayeli wetekisi eSoweto ngokuzama ukugwazela iphoyisa lomgwaqo ngo-R20.

Okhulumela amaphoyisa aseGoli uChief Wayne Minnaar ngoLwesibili uthe: “Uboshwe emgwaqeni u-Elias Motswaledi ngoMsombuluko ebusuku ngemuva kokuzama ukugwazela iphoyisa ngo-R10 ababili ngesikhathi enikezwa ithikithi yiphoyisa ngokusebenza ngaphandle kwemvume.”

Funda nalolu daba: Ababhikisi bavale uthelawayeka ngaseMandeni

Kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yase-Orlando ngecala lokukhwabanisa nenkohlakalo.

 - ANA

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 9-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 7-23°C Sunny. Mild. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 14-24°C Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...