Zimkhalele owesifazane ozame ukweba usana esibhedlela

2017-07-17 09:34

Johannesburg – Owesifazane oneminyaka engu-19 ubudala uboshiwe ngokuzama ukweba ingane esibhedlela saseMpumalanga ngempelasonto, kusho uMnyango wezeMpilo ngeSonto.

Okhulumela uMnyango uDumisani Malamule uthe owesifazane wenze sengathi uyasikwa, ngaphambi kokuba azame ukweba ingane eTonga Hospital.

Onogada baphuthume bambamba lona wesifazane ngezithuba zabo-02:00 ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Kutholakale usana emgqonyeni kadoti

UMalamule uthe umsolwa uzame ukufihla usana esikhwameni.

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesigameko, umsolwa waboshwa.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-20°C More clouds than sun. Cool. PE: 14-18°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...