Zibakhalele ababanjwe nensangu ka-R500 000

2017-01-17 19:31

Richmond - Zibakhalele abesilisa ababili e-Richmond ngemuva kokubanjwa amaphoyisa bephethe insangu yenani lika-R500 000.

Lokhu kwenzeke ngesikhathi amaphoyisa elunywa indlebe ngemoto esolisayo ehamba ku-R56 isuka eXobho.

OLUNYE UDABA:Abafuni ibe semthethweni insangu - Ucwaningo

Amaphoyisa ngosizo lwenkampani yonogada bavimbe lemoto yohlobo lwe-Ford Figo emhlophe ihamba amadoda amabili.

Kutholakale inqwaba yamasaka ensangu alayishwe kule moto, laba babekwe icala lokushushumbisa izidakamizwa kanti kulindeleke ukuba bavele enkantolo maduze.

 –  "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 17-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...