VIDEO: Owesifazane edida isigebengu egaraji

2017-05-26 19:33

Wisconsin - Isimanga owesifazane egibela phezu kwemoto yakhe ngesikhathi isigebengu sizama ukuyeba ngemuva kokufaka uphethiloli egaraji.

UMelissa Smith ubefaka uphethiloli egaraji eliseMilwaukee, eWisconsin, ngesikhathi kuthushuka isigebengu sigulukudela emotweni yakhe sizama ukubaleka nayo.

USmith, 28, uthe uvele wacabanga ngokushesha wakhetha ukugibela phezu kwemoto yakhe isigebengu sahluleka ukubaleka nayo.

USmith uthi ucabange ngemuva ukuthi uzifake engozini ngokugibela phezu kwemoto njengoba isigebengu besilokhu sizama ukumchitha sifuna ukubaleka nayo.

IVIDEO:

 - BBC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Sunny. Mild. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Mild. Bloem: -4-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...