VIDEO: Isavaliwe imigwaqo eThekwini ngenxa yombhikisho

2016-06-06 10:01

Durban - Kudaleke esikhulu isiminyaminya ezindaweni ezahlukene ezingenela kumgwaqo u-N2 njengoba imiphakathi ibhikisha, kubika iNewswatch.

Yize ivuliwe eminye imigwaqo, iNanda Road ngase-Sea Cow Lake kanye nomgwaqo odabula kuJohn Dory Drive ne-Marbleray Drive eNewlands East isavaliwe.

Amaphoyisa asiqaphe ngabovu isimo kanti nabashayeli bezimoto bayajikiswa njengoba umphakathi ubhikishela ukuhanjiswa kwezidingo.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Sunny. Mild. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-17°C Sunny. Mild. Bloem: -4-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 9-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...