Video: Iphoyisa lomgwaqo lifuna ukugwazelwa

2017-02-24 12:31

Harare – Iphoyisa lomgwaqo laseZimbabwe ‘elifina ukugwazelwa’ libonakale kwi-video lifuna umshayeli wemoto aveze izicishimlilo ezimbili.

Kule video esisabalale ezinkundleni zokuxhumana, iphoyisa lizwakala litshela ebebesemotweni – okungabokufika – ukuthi lizoyibopha imoto uma bengakhokhi.

"Ngifuna imali yento yesibili yokucima umlilo. Nineyodwa ngakho ngidinga enye,”  kusho iphoyisa.

OLUNYE UDABA: Abelungu bafuna silokhu sibasebenzela - Mugabe

Akucaci ukuthi le-video ithwetshulwe nini. Kodwa ifakwe ku-Twitter ngoLwesithathu. 

Ngaphansi komthetho womgwaqo eZimbabwe, izimoto kudingeka zibenento yokucima umlilo eyodwa, nokumele ibesobala.

Buka i-video ngezansi

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-19°C More clouds than sun. Mild. Pta: 17-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 16-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...