UZuma ugadle kulabo abangamufuni

2017-04-17 12:00

Durban - UMengameli Jacob Zuma ugadle kulabo abamufuna ehlile esikhundleni sakhe ngoba ekhuluma iqiniso ngomlando wezwe.

UZuma ubethula inkulumo kubazalwane ngempelasonto yePhasika ebandleni eliseMgababa eningizimu yeTheku, elinamalungu angu-6 million ezweni futhi elidume ngokweseka kakhulu uZuma, i-12 Apostle Church, KwaZulu-Natal.

OLUNYE UDABA: 'UMengameli kufanele engabe kudala azenza izinguquko kwiKhabhinethi'

UMengameli uthe abanye abaholi bamabandla bajoyine labo abafuna ehle esikhundleni. Uthe kufanele engabe bathandazela osopolitiki hhayi ukuba bahlasele iziphathimandla zepolitiki.

UZuma uphinde wasola labo abayingxenye yemibhikisho yakamuva emelene naye bavikela ingcindezelo.

IVIDEO: 

 - SABC

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

President Jacob Zuma has hit back his detractors saying they want him to step down because he speaks the truth about the country's past.


Zuma was addressing congregants during an Easter service at a church in Umgababa south of Durban at a church, with six million followers countrywide, and is known for its support of Zuma.


The President says some church leaders have joined those calling for him to step down. He says they are supposed to pray for politicians and not attack those in political authority.


Zuma has also accused those who participated in the recent nationwide protest action against him as defenders of colonialism.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-20°C High level clouds. Mild. Pta: 6-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -1-17°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 11-17°C More sun than clouds. Cool. PE: 10-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...