UZuma udlulise ambalwa kuKhisimusi wezaguga eThekwini

2017-12-25 12:59

Johannesburg - UMengameli Jacob Zuma ukhululekile ngokuthi akasesiye uMengameli we-African National Congress.

UZuma ubekhuluma emcimbini kaKhisimusi wezaguga eSavannah Park eThekwini ngeSonto.

UZuma akazange akhulume kakhulu kodwa akhona amzwi awadlulisile ngokuphuma kwakhe esikhundleni sokuba nguMengameli we-ANC.

OLUNYE UDABA:'Amaphasela okudla kaZuma ngeke asisize ngalutho'

"Sekuphele izinsuku ezimbalwa ngiyekile ukuba ngumengameli we-ANC kanti ngijabulile ngoba i-ANC ngiyishiye ezandleni zabaholi abawaziyo umsebenzi.

"Ngisho noma ngingadlula emhlabeni, ngiyokwazi ukuthi ngishiye abaholi emuva. Sizobona ukuthi ngabe bayawenza umsbenenzi noma benza okuphambene nokudingekayo kubo njenabaholi," usho njalo.

benza umusebenzi okJOHANNESBURG - President Jacob Zuma is relieved he is no longer ANC president.

UZuma uphume omunye wezaguga ebezizalwa ikhekhe.


Zingu-250 izaguga ezithole amaphasela okudla kulo Khisimusi.



 - eNCA

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Mostly cloudy. Warm.
Dbn: 21-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...