Uzogqunywa esitokisini obhekene nelokubulala iphoyisa

2017-10-25 07:00

UMudau, 59, osebenzela uphiko lwabaseshi eMakhado washonela esibhedlela ngawo uMgqibelo.

Amaphoyisa abelandela umkhondo kaSimali aze afika emzini oseLouis Trichardt.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe uthi lo mlisa uvele waba nolaka ngesikhathi amaphoyisa ezama ukumbopha wagwaza uMudau amanxeba ambalwa esifubeni.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone ababili kuphangwa ibhizinisi

Emizuzwini eyi-31 edlule
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...