UVavu kulindeleke ukuba ethule inkulumo ngeWorkers Day

2016-05-01 09:29

Johannesburg – Owayengunobhala jikelele weCosatu uZwelinzima Vavi kulindeleke ukuba adlulise inkulumo eMehlareng Stadium eTembisa ngeSonto.

UVavi uzobe ekhuluma estadium kulandela ingqungquthela yabasebenzi ebibanjwe ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: UZuma uzohambela irali yeCosatu eTshwane

Le ngqungquthela ibihanjelwe yinqwaba yezinyunyana kubalwa ne-National Union of Metalworkers ofSouth Africa (Numsa), yiSolidarity, yiNational Transport Movement (NMT) nezinye izinyunyana.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C High level clouds. Mild. Pta: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-21°C More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...