Uthi wadlwengulwa izikhawu ezingu-43 200

2015-11-13 14:34

Johannesburg - Emacaleni anzima kakhulu okushushumbiswa kwabantu, owasinda kulokho nodabuka eMexico usetshele i-CNN ukuthi yena wadlwengulwa izikhawu ezingu-43 200.

UKarla Jacinto uthe wayephoqwa ukuba alale namadoda angu-30 ngosuku, izinsuku eziyisikhombisa ngesonto, cishe iminyaka emine.

UKarla uthi waqala ukuhlukuynyezwa esamncane esahlakala kubo, ehlukunyezwa yisihlobo.

Funda nalolu daba: Iphoyisa livulele ngenhlamvu kwashona nowakuleli phesheya

Ngesikhathi eneminyaka engu-12 ubudala waluthwa umuntu mumbe ngemoto enhle nangemali, wamenza wabaleka kubo.

Uthi wayeqala ukusebenza, elala namadoda, kusukela ekuseni kuze kubephakathi kwamabili.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 20-27°C Sunny. Pleasantly warm. Pta: 11-24°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 8-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...