Ushonile oshayiswe yimoto yabaleka

2018-01-14 10:00

Limpopo - Kubulawe indoda esigamekweni okusolwa ukuthi ishayiswe yimoto qede yabaleka emgwaqeni uR71 eTzaneen, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoLwesihlanu.

Okhulumela abe-ER24, uAnnine Siddall uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko kulandela ukuthola ucingo ngezithuba zabo-22:00, bafica indoda idindilize phakathi nomgwaqo.

OLUNYE UDABA:Kudaleke ingozi kwalimala abashayeli iloli abebehamba ngayo ijikijelwa ngetshe

"Le ndoda uhlolwe endweni yeisgameko, kodwa ngeshwa akukho obesekungenziwa ukuyihlenga, yahlonzwa njengoshonile khona endaweni yeisgameko."

USiddall uthe nakuba kutholwe imfucuza, ibingekho imoto endaweni yeisgameko ngesikhathi kufika abezimo eziphuthumayo.

Uthe iziphathimandla zendawo bezisendaweni yesigameko ziyophenya.

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Mostly cloudy. Warm.
Dbn: 21-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...