Ushonile ophahlazeke nendiza ePitoli

2017-10-07 14:31

Johannesburg - Kushone umshayeli wendiza emhlabeni kulandela ukuphahlazeka endaweni eseduzane nakuBoxchkop Road ePitoli.

Kukholakala ukuthi lo mshayeli ubeyedwa kule ndiza isiyothi cababa emhlabeni ngesikhathi kwenzeka lesi sehlakalongoLwesihlanu ebusuku.

OLUNYE UDABA:Ubeseyizicucu umshayeli wendiza - Ozibonele

Abosizo lokuqala bathe kusetshenziswe imishini ukutakula lo mshayeli kwimfucuza yendiza.

Imbangela yesehlakalo ayaziwa.

UNick Dollman we-Netcare911 echaza uthe: " Abosizo lokuqala baphuthume kumuntu wesilisa. Lo mungu obelimele kanzima, ushonele endaweni yesigameko."

 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...