Usesimeni esibucayi unogada kulandela esokudubulana

2016-07-11 07:09

Johannesburg - Unogada okukholakala ukuthi uneminyaka ebalekwa kwengu-40 ubudala ulimalile ngemuva kokudutshulwa emhlane ku-1st Avenue eHoughton eGoli, kusho abosizo lokuqala.

Okhulumela abe-ER24 uRussel Meiring uthe abosizo lokuqala bafice le ndoda ilele phansi endlini yonogada.

OLUNYE UDABA: Kubulawe unogada kamengameli Zuma

UMeiring uthe ngemuva kokuba le ndoda ihlolwe abosizop lokuqala bathole ukuthi le ndoda inenxeba lokudutshulwa emhlane njengoba isesimeni esibucayi.

"Abosizo lokuqala bayisusile le ndoda endlini yonogada base beqala ukuyixilonga ngokukhulu ukushesha yase isiphuthunyiswa esibhedlela."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...