Usaxinekile oweqembu lomculo wesicathamiya - Umbiko

2016-08-15 12:30

eMnambithi - Abalandeli beLadysmith Black Mambazo bakhathazeke kakhulu ngesimo sikaJoseph Shabalala.

Ngokwemibiko yeSunday Sun, sekuphele cishe izinyanga ezintathu uShabalala engemuhle kahle njengoba ephuma engena ezibhedlela selokhu athatha umhlala phansi emculweni.

Funda nalolu daba:Usethi khumu ekunandiseni uMshengu

UXolani Majozi okhulumela iMambazo uthe yize engaphilile umsunguli waleli qembu kodwa abantu abangakhathazeki kakhulu.

“Akukho ukuthusayo ngoba okwamanje usaphumlile ekhaya, uzobe ekhona emcimbini omkhulu wokubungaza iminyaka engu-56 kwezomculi bayiqembu lesicathamiya.

- Sunday Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C High level clouds. Cool. Pta: 14-27°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 13-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-20°C Scattered clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...