URamaphosa uyisigwili, ngeke ebe - Mantashe

2018-01-08 09:33

Johannesburg – Usihlalo we-ANC kuzwelonke, ugwede Mantashe, uthe umengameli omusha we-ANC, uCyril Ramaphosa ‘uyisigwili’ ngakho ngeke alingeke ukweba imali yombuso.

UMantashe ukusho lokhu emcimbini wokubekwa kwezimbali kukhunjulwa iqhawe lomzabalazo u-OR Tambo ngoLwesihlanu.

“Sinomengameli onemali, ocebile, ongeke alingelekele ekwebeni…ungumengameli we-ANC. Ucebile, uyisigwili. Uma eba sizombuza ukuthi kungani eba, ngoba unokwanele?” esho.

OLUNYE UDABA: Kuzolungiswa izikole ngo-R140m

UMantashe ukusho lokhu ngemuva kwamasonto ambalwa i-ANC ikhethe ubuholi obush.

UMantashe uthe inselelo enkulu ababhekene nayo njengenhlanganoi ukusindisa igama lenhlangano.

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-26°C Morning clouds. Mild. PE: 12-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...