UPhosa uhoxise ukuphuthuma kwesicelo asifake enkantolo

2017-12-12 18:01

Johannesburg - Amalungu e-ANC okubikwa ukuthi asohlangothini lukaMathews Phosa asethathe isinqumo sokuhoxisa ukuphuthuma kwesicelo sabo abasifake enkantolo, bacela nokuba zigodwe izindleko.

UPhosa kodwa usayiphonsela inselelo imiphumela yeProvincial General Council (PGC) eMpumalanga.

Kubikwa ukuthi kunezingxoxo zepolitini eziqhubekayo ngasese.

OLUNYE UDABA: Sichithiwe enkantolo isicelo esafakwa amalungu e-ANC e-Eastern Cape 

Lolu daba lulalelwe eNkantolo eNkulu eSouth Gauteng.

UPhosa ufuna ithathwe njengengekho emthethweni imiphumela yaseMpumalanga, yokuphakanyiswa kwamagama.

Uthi usihlalo we-ANC eMpumalanga, uDavid Mabuza, unabantu abahamba besabisa amanye amalungu aphikisana naye.

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...