Unogada uwise isibhamu wadubuleka ethangeni ngephutha

2016-11-29 12:30

Durban – Uwise isibhamu ngephutha wadubuleka ethangeni unogada obesebenza ngasesiteshini sesitimela, kusho inkampani yonogada ezimele ngoLwesibili.

INhloko yeReaction Unit South Africa (RUSA), uPrem Balram, uthe kulimale indoda eneminyaka engu-30 ubudala eduzane nesiteshi sesitimela saseCanelands, enyakatho yeTheku, ngesikhathi isebenza ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Unogada udubule owesimame ngephutha enikeza uzakwabo isibhamu

"Kutholakale ukuthi ngesikhathi lo nogada ematasa ngomsebenzi uwise isibhamu sakhe kanti sizodubula ngephutha.

"Abosizo lokuqala baxilonge le ndoda endaweni yesigameko ngaphambi kokuyiphuthumisa esibhedlela," kusho uBalram.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-15°C Sunny. Cool. Pta: 3-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-20°C Mostly sunny. Cool. PE: 7-17°C Sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...