UNgqongqoshe uzohambela imayini okushone kuyona abantu

2017-07-24 09:32

Orkney – UNgqongqoshe wezokuMbiwa phansi, uMosebenzi Zwane, uzohambela imayini yegolide eTau Lekoa eNorth West ngoMsombuluko.

Bane abavukuzi abavaleleke ngaphakathi emgodini ngesikhathi kuzamazama umhlaba ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA: Alokhu engene njalo awenduduzo ngokushona kwesikhulu sikahulumeni

Abantu abathathu bashonile, kanti oyedwa ubevaleleke ngaphakathi esaphila.

Izidumbu zabashonile sezikhishiwe zonke emgodini.

UNgqongqoshe uZwane uzobamba izingxoxo nabaphathi bemayini ukudingida ngabazokwenza. 

- eNCA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C a few showers. Morning clouds. Cool. Pta: 19-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-23°C a few showers. More sun than clouds. Mild. Bloem: 14-25°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild. PE: 14-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...