Umphakathi ungenele umbhikisho ukhala ngezindlu ‘ezinikwa abokufika’

2017-03-09 09:30

Johannesburg – Izakhamizi zaseReiger Park, e-East Rand, zingenele umbhikisho wezidingo zomphakathi ngoLwesine ekuseni nalapho zikhala khona ngezindlu zomxhaso ezithi zitholwa abantu bokufika ekubeni bona besancela izithupha.

OLUNYE UDABA: Kutatshwe impahla ezitolo kuqhubeka umbhikisho wamanzi eN West

Kulo mbhikisho kuvalwe imigwaqo, kwashiswa amathayi, kwaphinde kwadutshulwa nangezinhlamvu zenjoloba.

Amaphoyisa amasipala wase-Ekurhuleni akhona kule ndawo ukuqapha isimo.

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Morning clouds. Cool. Pta: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 4-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-25°C Partly cloudy. Mild. PE: 16-23°C Scattered clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...