Umndeni kaMafela uthi kunzima ukwamukela

2017-03-20 11:03

Johannesburg - Umndeni wenkakha kwezokulingisa eNingizimu Africa, uJoe Mafela, uthi kunzima ukwamukela ukudlula ngokuzuma kwakhe.

Umndeni uzokhipha imininingwane yenkonzo yesikhumbuzo nomngcwabo kuleli sonto.

OLUNYE UDABA: UMam'Lillian Dube uthi ubengakholwa ebikelwa ngokudlula kwe'Mbungulu'

UMafela, 75, ushone engozini yemoto emgwaqeni u-M1, eGoli, ngoMgqibelo ebusuku.

Amaphoyisa aphenya icala lokubulala ngokungenhloso.

UMafela ubedume kakhulu ngokudlala indawo kaSdumo kumdlalo wakumabonakude i'Sgudi Snaysi' kanye nakuGenerations:The Legacy.

- AMAVIDEO:

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-15°C Rain early. Morning clouds. Cool. Pta: 5-21°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-17°C Passing showers. More clouds than sun. Refreshingly cool.
Dbn: 15-26°C Sunny. Mild. PE: 12-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...