Umisiwe uthisha osolwa ngokuzibandakanya ocansini nomfundi

2016-08-19 17:33

Durban - Umisiwe uthisha waKwaZulu-Natal osolwa ngokuzibandakanya ocansini nabafundi abasebancane ngokweminyaka esikoleni esisemakhaya, kusho isikhulumi somnyango wezemfundo esifundazweni ngoLwesihlanu.

OLUNYE UDABA: 

Isikhulumi somnyango wezemfundo KwaZulu-Natal uKwazi Mthethwa uthe: "Sekuvele abafundi abayisithupha ngaphambili."

Uthe la bafundi abangu-6 baneminyka ephakathi kwengu-14 nengu-15 ubudala.

I-ANC Women's League (ANCWL) izwakalise ukushaqeka kwayo ngalezi zindaba zothisha waseKucabangeni High eNquthu enyakatho naKwaZulu-Natal.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...