Umdwebo otshengisa abaholi be-DA behambaze

2016-07-28 19:00

Druban - uKenny Kunene ushukumise uTwitter ngomdwebo obonisa abaholi be-DA nezitho zabo zangasese zihleli obala.

Lo dwebo uveza uMmusi Maimane edonsa inqola ephethe uHelen Zille kanye noJames Selfe oyilunga lale nhlangano ePhalamende.

Okudale ukukhuluma ngalesi sithombe wukuthi bonke laba baholi be-DA bahamba bhusende.

OLUNYE UDABA:Nanka amavesi angikhipha ekholweni olususelwe eBhayibhelini

UKunene ubonge umdwebi ngesibindi sakhe sokumenzela umdwebo omuhle noxoxa indaba.

Lokhu kulandela umdwebo owenziwa u-Ayanda Mabulu kaMengameli ekhotha izinqa zomunye wezelamani zakwaGupta, kubika iDaily Sun.

- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-17°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 16-20°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...